Lukuluku/ nhliziyonkulu umuthi wenzani
ILukuluku or unhliziyonkulu umuthi, ilukuluku liyangena kwizikhafulo, liyangena kumuthi wokufuna isikweletu. Linyangena emthini wezintombi or umuntu wogazi nokuthandeka. Kahle kahle ilukuluku lingena emthini lapho ufuna ukwenzisa umuntu into ukuze abe nogqozu lokuyenza.
Lukuluku/ nhliziyonkulu umuthi wenzani
Umuthi wezintombi ake siwuthake sisebenzisa ikukuluku:
- uzulazamthole
- ungibonisele
- uMphenduli
- ilukuluku
- undiyaza
- umfazothethayo
- abaphaphi bephepha & abaphaphi bekhubalo
ilukuluku umuthi wenzani wokulapha
umuthi wokuthandwa abelungu emsebenzini usebenzisa ilukuluku.
Ake silithake.
- Ibheka
- Ilukuluku
- Umdabu
- Umkhalelwa
- Umalilisa
- Umphamephuce
- Ingobamakhosi
- ngihawukeleni
- Iletha elibomvu
- uzililo
uyawuhlanganisa lomuthi uyafutha, uyageza, uyakhuluma ngomuthi uwutshele ukuthi ufunani kubaphathi bakho.
Isikhafulo selukuluku
imithi yokuthaka isikhafulo usebenzisa ilukuluku.
- abaphaphi
- uvelemoyeni
- umwelela
- sivumelwano
- umemezi obovu
- umemezi omhlophe
- ingebhe
- indabulaluvalo
- umzunywa
- nqangandlela
- kalumuzi
- imfeyenkawu
- ilukuluku
- uvuma
Isikhafulo lesi esiphelele esingashodi ngalutho azikhale.
umuthi wokuthandwa
Lomuthi uyipackage wonke uyahambisana,
muhle uma kunabantu abavele bakuzonde ungenzile lutho.
Step 1
- Lukuluku
- Sphahluka
- igobandlovu
- Ntolwane
Uphalaze izinsuku ezinthathu bese
Step 2
- Mnandi noveshe
- Mlomomnandi
- vela behleke
Bese uza ngalona
Step 3 (Last step)
- velabehleke
- gobandlovu
- mkhanyakude
- losilina kancane
- mlomomnandi
- nhlanhl' emhlophe
- unhlanhleni
Uzothi uma uya kubantu labo abakuzondayo noma uya emzini kuwu december uphalaze ngalona.
Noma uhamba uyoshela, noma uhamba uyofuna umsebenzi.
Umeqowothando uma ufuna umuntu akuthande, uyaphalaza ubize igama lomuntu athi angeqa azizwe ekuthanda.
- Udelunina
- Bhekaminangedwa
- Umlomo mnandi
- Jundumlahleni
- Imfingo
- Nhliziyonkulu
- Mphamephuce
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |
Video efundisa ngemithi yonke
Funda ngemithi lapha ngezansi
A
I
U
UM
Amafutha