Ikhandlela eliwumbala wegolide (Gold colour) Ikhandlela lemali , umcebo/ ukuceba nokukhulisa onakho. ikhandlela le business, ikhandlela lokuceba. Ikhandlela lokuba namandla, ikhandlela lokuphumelela, ikhandlela lokuxosha ubumnyama, lapho ungathembi ukuthi izinto zizolunga khanyisa lelikhandlela. Ikhandlela lokuzivikela noma lokuvikela onakho. Sebenzisa lelikhandlela ukuletha intokozo empilweni yakho. Lekhandlela likwenza ubaluleke empilweni yomuntu uma bekuthatha kancane.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |